Sizimisele ukuletha imigomo engafinyelela inani labantu.

I-MSD isinikeze imithamo yemigomo engaphezulu kwamamiliyoni ayi-180 emhlabeni jikelele ngocwaningo lokuhlola lwezokwelapha nemigomo ethengiswayo egunyaziwe.

Kuningi okufanele kucatshangwe lapho unquma ukuthi uyafuna yini ukubamba iqhaza ocwaningweni lwezokwelapha. Noma yiluphi ucwaningo lwezokwelapha lubandakanya ubungozi, lobo udokotela wocwaningo azobubuyekeza nawe. Yenza isiqinisekiso sokuthi uyaziqonda izingozi ngaphambi kokubamba iqhaza.

GettyImages-1211642777

Izinsiza zeziguli

Ukuze uthole usizo lokuqonda ukufakwa kuhlu locwaningo lwezokwelapha kanye nezinye izinsiza, vakashela isigaba sethu Sezinsiza Zesiguli.
Bhrawuza izinsiza
GettyImages-1211642948

Mayelana nezingcwaningo zezokwelashwa

Funda ukuthi izingcwaningo zokwelapha yini, zisebenza njani, kanye nokuthi ungafaneleka yini ukubamba iqhaza.
Funda Okwengeziwe