Ngaphandle kwezigaba ezimbili ezijwayeleke kakhulu zomdlavuza wegazi, i-leukemia ne-lymphoma, kuneminye imidlavuza yegazi esiyicwaningayo.

Izibonelo zemidlavuza yegazi eyengeziwe zihlanganisa i-thrombocythemia ne-multiple myeloma.

Kunokuningi kokukucabangela lapho wenza isinqumo sokubamba iqhaza ocwaningweni lwezokwelapha. Ucwaningo lwezokwelapha noma yiluphi luhlanganisa izingozi, ezizobuyekezwa kanye nawe udokotela wocwaningo. Qinisekisa ukuthi uyaziqonda izingozi ngaphambi kokubamba iqhaza.

Izinsiza Zeziguli

Ukuthola usizo lokuqonda uhlu locwaningo lwezokwelapha kanye nezinye izinsiza, vakashela ingxenye yethu ethi Izinsiza Zeziguli.
Hlola izinsiza

Mayelana nocwaningo lwezokwelapha

Funda ngezingcwaningo zezokwelapha, indlela ezisebenza ngayo, nanokuthi ungakufaneleka yini ukubamba iqhaza.
Funda okwengeziwe