
Isimiso sokuphefumula siyinkimbinkimbi.
Isimo sokuphefumula (ukufaka nokukhipha umoya) singabangelwa izifo ezihlukahlukene. Sifuna ukuthola izindlela zokusiza lesisimo sisebenze kangcono lapho sithintwa ukugula.
Ukukhwehlela okungalapheki
Yize kungasongeli ukuphila, ukukhwehlela okungalapheki (okuhlala isikhathi eside) kuthinta ukuphila kwabantu kanye nesimo sengqondo. Sinikele ukuphila kwethu ekucwaningweni ukwelapha kwalaba abanokukhwehlela okungalapheki.
I-RSV
I-RSV (respiratory syncytial virus) igciwane elivamile elibangela i-bronchitis ne-pneumonia ezinganeni ezingaphansi konyaka-1. Kuthinteka abancane kakhulu futhi kuthinteke nabakhulile, futhi sizibophezele ukucwaninga izinketho zokwelapha okusha okungaba khona.


