Kusukela ngo-1891, besiqondiswa izindlela ezintsha zezokwelapha nokuzimisela ukuthuthukisa imithi esindisa ukuphila

Umsebenzi wethu ezifweni zenhliziyo (izifo zenhliziyo nemithambo yegazi), i-MMR nemigomo ye-pneumococcal, i-HIV, isifo sikashukela sohlobo 2, kanye nomdlavuza kube nomthelela omkhulu kakhulu. Namuhla sigxile ezindleleni ezintsha zesayensi ukwenza imithi nemigomo yokusiza izigidi zabantu emhlabeni wonke. Sizibophezele ukunamathela kumqondo womsunguli wethu, u-George W. Merck: Umuthi oweziguli. Umuthi owabantu.

 

Ucwaningo lwezokwelapha siluqhubekisela kanjani phambili?

I-MSD manje iqhuba ucwaningo ezindaweni eziyisi-8 eziyinhloko zempilo:

Kungani izingcwaningo zezokwelapha zibalulekile?

Intuthukho yethu ikakhulukazi ibangelwa imibuzo ebalulekile nenzima yesayensi esiyimisayo ukuyiphendula ezingcwaningweni zethu futhi, empeleni, nosizo lwababambiqhaza abaningi abajoyina izingcwaningo zezokwelapha.

Buka zonke izingcwaningo ezibhalisa ababambiqhaza

Esikwenzile nalokho esikwenzayo

Sibhekana nezinselele ezinkulu zempilo emhlabeni, asizibalekeli.

Ngaphezulu

100+

zezokwelapha eziqhubekayo ezindaweni eziyisi-8 okugxilwe kuzo

Imigomo yokuthi

11

kweziyi-17 ohlwini olunconywayo lomgomo we-CDC

35

yokuzibophezela ocwaningweni lwe-HIV

Ngaphezulu

1000

zezokwelapha ezihlanganisa imithi yomdlavuza

Ngaphezulu

60

yokusiza abantu abaphila nesifo senhliziyo

Ukuzibophezela kwethu ekuphepheni kwesiguli ezingcwaningweni zezokwelapha

Indima ye-MSD ukuthuthukisa nokuhlinzeka ngemikhiqizo emisha namasevisi asindisa futhi athuthukise ukuphila. Izingcwaningo zethu zezokwelapha zihlelwe, ziqhutshwa, nokugadwa ukuba zithobele imithetho yendawo, izimiso zokuziphatha, kanye nezimiso zamazwengamazwe zihlanganisa:

Izimiso zokuziphatha zocwaningo lwezokwelapha lwesitatimende senqubombomgomo yomphakathi nokuqinisekisa isimo sokunakekelwa kwesiguli.

Ukuhlakuhluka kocwaningo lwethu lwezokwelapha

I-MSD iyakuqonda ukubaluleka kokubhalisa ababambiqhaza abahlukahlukene ocwaningweni lwezokwelapha. Futhi kuhileleke ongaphezu kokuhlukahluka, futhi kumayelana nokulingana.

Bheka indlela esithuthukisa ngayo ukuhlukahluka ezingcwaningweni zezokwelapha

I-COVID-19

Kusukela ekuqaleni kobhubhane lwe-COVID-19, sikwenze kweza kuqala ukusebenzisana nezinye izinkampani namazwe ukugqugquzela ukuhlolwa nokwelashwa kwe-COVID-19. Sisebenzisana nozakwethu emkhakheni wethu ukusisiza siqinisekisa ukuthuthukiswa ukwelashwa kwe-COVID-19.

Bheka okuningi esikwenzayo ukulwa ne-COVID-19